Kube ngangazi
Sjava
| Durée : 03:10
Auteur : Jabulani Makhubo
Compositeur : Joe Maurice Mawson, Karum Nesta Cooper
Paroles
Kube ngangazi Kube ngangazi Ngaphoxa abazali badumala mabethol’ ukuthi ng’khulelwe Mabeng’buza ngawe ekhaya Kwabanzima ukubatshela ung’balekele Baba nomama ngicela uxolo Umkhohlisi ung’khohlisile K’thiw’ intandane enhle umakhothwa unina Kumele ngiqine mtanami ngik’khulise Kube ngangazi Kube ngangazi mina Ngangingeke Ngik’nike ubuntombi bami Kube ngangazi Kube ngangazi mina Ngangingeke Ngik’nike ubuntombi bami Wuye lo umtanakho usekhulile ‘Yambona useyintombi engakanani Ezimnandi ukuthi uyasebenza, futhi uyang’nakekela Mangingakhala ngabe ngiqamba amanga Ezib’hlungu ukuthi emoyeni akeneme neze Uhlale ethikuthele, enolaka Mangimbuza ngomkhwenyane akaphenduli Uvele anxaphe athi yena akafuni k’gana Mama amadoda mina ngiyawazonda ayizinja Ubaba wathi uyas’thanda kodwa ekugcineni wasishiya Manje ngidlala abafana ngihambe ngishayisa Ngoba ngifun’ uthando el’zovala is’khala sababa Kub’hlungu Ng’zothanda kanjani uthando ngingalwazi ngikhula Kub’hlungu Uthi konke akwakhayo kuyabhidlika kungenxa yakho Kube ngangazi Kube ngangazi mina Ngangingeke Ngik’nike ubuntombi bami Kube ngangazi Kube ngangazi mina Ngangingeke Ngik’nike ubuntombi bami
Songtrust Ave
Ce titre est présent dans les 3 albums suivants :
Isibuko
Sjava
Isibuko
Sjava
Isibuko (Deluxe)
Sjava